Ushilo Wena (Live)
Mnu S C MNCWABE: Sihlalo, nathi sifuna ukudlulisa ukuthi isabelomali okukhulunywa ngaso saleli hhovisi lenhloko yamajaji, siyasamukela kodwa sibona ukuthi kuningi okusafanele ukuthi kweziwe yihhovisi. Uzakwethu ushilo ukuthi sikhulume nenhloko yamajaji ngoMsombuluko odlule, ijaji laveza umsebenzi omningi okusamele wenziwe yilela hhovisi. Sizokhumbula ukuthi ngaphansi kwalelo hhovisi kukhona amajaji nezimantshi; umsebenzi mningi kakhulu. Siyacela kuNgqongqoshe ukuthi uma ebuyekeza
Ushilo Wena (Live)
041b061a72